Sneziey Msomi

Sneziey – Izulu

on

Sneziey

Sneziey – Izulu Mp3 Download

Gospel is the past-days, present-day and the future-to-come guild-line to eternity and the prevention to hell, hope for tomorrow to those with faith and straight to the weak, a double edged sword to the listeners  and also a visual to the sightless.

Sing aloud gospel songs unto God our strength make a joyful noise unto the God of Jacob with gospel melody’s to an agreeable harmony for the honor of Jehovah and the permissible delights of the soul.

Let his faithful people rejoice in this honor and sing for joy. Gospel Music is Life and the message of  Yahweh to his People.

Press Play to Stream and Listen to Izulu Mp3 on Fakaza Gospel “FMT” 320kbps shazam spotify datafilehost gaana CDQ deezer itunes napster hungama Song.

Grab it below.

Izulu

Lyrics to Sneziey Izulu

Izibusiso zeNkos′uJesu zinganele yebo nami ke
Kanti bengingubani
Ngize ngithandwe kangaka izulu
(Izibusiso) zeNkos’uJesu (zeNkos′uJesu zinganele yebo nami)
Kanti bengingubani (Mina Bengingubani) bengingubani
Nginakekelwe amazulu (Ngize ngithandwe kangaka izulu)
(Izibusiso zeNkos’uJesu) Hallelujah ziyang’landela (zinganele nami ke)
Kanti bengingubani (Mina Bengingubani) bengingubani
Nginakekelwe amazulu (Ngize ngithandwe kangaka izulu)
Nginakekelwe amazulu (Ngize ngithandwe kangaka izulu)

Jes′uyangazi (uyangazi)
Uyangihlelela (uyangihlelela)
Ehlolisisa (Ehlolisisa)
Eqamb′imcabango yam (imicabango yami)
Kanti bengingubani (Mina Bengingubani) bengingubani
Nginakekelwe amazulu (Ngize ngithandwe kangaka izulu)

Jes’uyangazi (uyangazi)
Uyangihlelela (uyangihlelela)
Ebhek′ukuhamba kwami (Ehlolisisa)
Jesu (imicabango yami)
Kanti bengingubani (Mina Bengingubani) bengingubani
Nginakekelwe amazulu (Ngize ngithandwe kangaka izulu)

Ngakho ke noma ngihamba (noma ngihamba)
Esgodin sethunzi lokufa (ebumnyameni)
Impel’angesabi (min′angesabi)
Uthembekil’uJesu (ngob′uJehov’unami)
Mina ngyamangala (Bengingubani) Mina ngyamangala
Kuze ngithandwe kangaka amazulu

Ngakho ke noma ngihamba (noma ngihamba)
Esgodin sethunzi lokufa (ebumnyameni)
Impel’angesabi (min′angesabi)
Uqoph′imcabango nokuhamba kwam (ngob’uJehov′unami)
Bengingubani na (Mina Bengingubani) impela ngyabuza ke
Kuze ngithandwe kangaka izulu

UJes’uyangazi (uyangazi)
Uyangihlelela (uyangihlelela)
Ebheke (Ehlolisisa)
Eqamb′ukuhamba kwam (imicabango yami)
Impela ng’thandiwe (Bengingubani) Impela ng′thandiwe
Emazulwini (Ngize ngithandwe Kangaka izulu)

Jes’uyangazi (uyangazi)
Uyangihlelela (uyangihlelela)
Ebheke (Ehlolisisa)
Ebheke (imicabango yami)
Mina bengingubani (Bengingubani) Ngiyaz’ang′fanelwe
Kodwa ng′thandiw’emazulwini (Kangaka izulu)

Ngiz′buz’imihla yonke (bengingubani)
Ngyaz′buza bengingubani (ngize ngithandwe, kangakla izulu)
Nginakekelwe amazulu (Ngize ngithandwe kangaka izulu)
Bek’ngafanele ngenxa yok′hamba kwam (bengingubani)
Kodw’uJesu wang’qapha, wangkhetha mina
(Ngize ngithandwe kangaka izulu)

Ngiyazi bengingafanele (bengingubani)
Bengingubani Jesu ngize ngithandwe kangaka izulu

Share with Loved Once

Recommended for you